Emva komhlangano obeseThekwini ngomhlaka 5 March 2007 obuhanjelwe abantu abangamashumi ayisthupha, mayelana nepulani elihlongozwa uHulumeni wase South Africa lamacebo okutshalwa kezihlahla zeBiofuel. Kwaba nezingxoxo ezinde mayelana naloku. Laba abasayine lapha abamele izinhlangano ezihlekene zamaNGO, izinhlangano zabalimi kane nemiphakathi ethintekayo kuloludaba ezifundeni zakwa Zulu-Natali, Empumalanga-Koloni kanye nase Mpumalanga beveza ukumangala okukhulu kanye novalo ngalamasu.

Read more here.